Izindiza.com

Bhuka kanye leJoburg I zindiza izindiza eziphuma e Goli zisiya e Kruger National Park.

Izindiza ongazibhuka usiya e KNP

Zikhona izindiza malanga wonke ku SAA, British Airways , Kulula eziya esikhumulweni sase Kruger National Park. 

Bhuka Izindiza

Isikhumulo sase Kruger senama ngezindiza ezifika 20,000 ngonyaka. 

I Bhuka Izindiza izindla ngokuthi ibe isayithi yakho obhuka kuyo izindiza eziya e KNP oyithandayo, sicela uye kulel’ikhasi (bhuka izindiza) uze ukwazi ukuqathanisa izindiza.

Khetha izindiza ku inthanethi ngenjini yokusesha. 

– Ukwemuka kwendiza: Isikhumulo se Goli? Cape Town? Khetha manje!

– Idolobho lokufikela: Nelspruit, Kruger Mpumalanga (MQP), Mzansi.

Izikhumulo eziseduze le Kruger National Park

Zibhukele indiza eya Kruger Mpumalanga International ikhodi yakhona ithi MQP,isikhumulo se Kruger National Park. Yisikhumulo esisemthethweni sase Kruger National Park. Izindiza ezisuka eGoli zisiya e Kruger National Park zi sebenza malanga wonke.

Amaqiniso mayelana ne Kruger National Park

I Kruger National Park yaziwa kakhulu e Mzansi ngokukhanga izihambi ezibuka ilizwe ezivela kwamanye amazwe kanye lohambo lokuya eKapa. Amahholide ase Mzansi ayisigece ngaphandle kwe Kruger National Park.

I Kruger National Park idume kakhulu emhlabeni wonke, futhi siya ziqhenya ngayo masisebenzisana nezihambi zakwa manye amazwe kanye nezokuvasha izindawo. I KNP yasungulwa ngonyaka ka 1898, iqale ilicebo lokongiwa kwezilwane zasendle e Mzansi Africa.

I KPN ihleli phezu kwesigidi nenkulungwane ezingamakhulu ayisishiyangalombili amahekhtha. I KPN inehlohlobo yezemvelo ezigoqela izihlahla ezehlukahlukene ezingamakhulu amathathu lamashumi amathathu nesithupha, uhlobo lwezinhlazi 49, eziphila ezweni 34, ezihuquzelayo 114,izinyoni 507, kany nezincelisayo ezingu 147.

Izingosi zamafa ezitholakala e KNP, namadwala agcwele imifanekiso achaza ukuthi abantu bebaphila kulendawo ezungezile.

Izimpi e Kruger

Izimpi okukhulunywa ngazo ividiyo ebukwa ku youtube okungaphezulu kwezigidi ezingamashumi ayisikhombisa, (70,000,000!), ithethwe khona e KNP, igoqela i(amateur) edlala okwemizuzu eyisishiyangalombili ebonisa izilwane zasendle. Ibonisa impi phakathi kwezinyathi zase Kapa, amabhubesi, ingwenya zilapho okuphuzwa khona e KNP.

Chofoza uze ukwazi ukubuka ividiyo.